Please enable JavaScript.
Coggle requires JavaScript to display documents.
Imibono yamathiyori ngolimi lokwengezwa - Coggle Diagram
Imibono yamathiyori ngolimi lokwengezwa
Ithiyori yokuziphatha ( B.F. Skinner, Behaviorist, 1979)
Ithiyori ye-Behaviorist ithi izinsana zifunda ulimi oluxoxwayo kwabanye abantu abayizibonelo ezinhle ngenqubo lapho ziklonyeliswa khona ngokuxhumana nabantu abaseduze kwazo
lethiyori Ikholelwa ekutheni izingane zifunda ulimi lapho abantu abadala besabela, bezincoma, futhi bezibonga ngokwenza okuhle
Kubalulekile ukuthi izingane zibe nokusebenzisana futhi zithole impendulo evela kwabanye abantu
Izingane zifunda ulimi ikakhulukazi ngokuphindaphinda, ukulingisa kanye nokwakha imikhuba
uma ingane ikhulela olimini olucebile, khona-ke ukwakheka kwemikhuba emihle kanye nokuthuthukiswa kolimi okufanele
Ithiyori yesayensi (Naomi Chomsky, 1928)
Izingane zihlelelwe ukufunda ulimi ngemvelo
Ngokwale thiyori ulimi lungokwemvelo kubantu
Izingane zizalwa zinekhono elikhethekile lokuzitholela zona ngokwazo imithetho ewumsuka yohlelo lolimi
Leli khono libenza bakwazi ukufunda libenza bakwazi ukufunda inkimbinkimbi yolimi ngesikhathi esifushane.
Izingane ziyakwazi ukusungula ulimi ezingakaze ziluzwe ngokuhlanganisa amamofimu.
Ithiyori yokusebenzisana (Vygotsky,1896-1934)
Lo mbono ugcizelela ukuthi isisekelo sokusebenza sokuxhumana
Izingane ziyizidalwa emphakathini ezithola ulimi ngokufeza izidingo zazo zazo zokuxhumana.
Izingane zifunda ulimi ngokufunda kumzali, ilungu lomndeni, uthisha kanye nontanga abanekhono.
Izinga lekhono ingane engathuthukela kulo ngokusekelwa umuntu omdala noma untanga onekhono libizwa ngokuthi
Zone of Proximal Development
Ithiyori yokufunda(Jean Piaget, 1896-1980)
Le theorist yayikholelwa ukuthi ukuthuthukiswa kwe-languge kuxhumene nokuthuthukiswa kwengqondo (izinqubo zokucabanga namakhono)
Uthi ulimi lugxile ekuthuthukisweni kokwazi nokucabanga nokuthi ukukhula kwengqondo kwenzeka ngokuhambisana nokuthuthukiswa kwekhono lolimi.