Please enable JavaScript.
Coggle requires JavaScript to display documents.
Isizinda Isigcino Ngesami (Isizinda senhlalo (uThoko, Sifiso, Thabi, Jabu…
Isizinda Isigcino Ngesami
Isizinda sesikhathi
Le ndaba wenzeka esikhathini samanje yize abazali bakaThoko bona besakhombisa ukuthi baphila isidala
Sibona izimoto futhi abantu
abanezimoto esikhathini
sokudala
Sibona uMshengu ebiza uSifiso ngenkawu babuye bambize ngesishaywa.
Kwakungeyona into embi ngoba amantombazane aseyafunda imfundo ephakeme (uThoko noJabu basenyuvesi futhi uThabi yena usekolishi)
abalingiswa bathintana ngocingo. sibona lokhu uma abalingiswa lapho bebiza i-ambulense ukuthumela uMshengu esiphambili esibhedlela eThekwini
Isizinda senhlalo
uThoko, Sifiso, Thabi, Jabu bafundile
Abalingiswa bathanda amasiko, uSifiso ufuna ukulobola uThoko
uThoko unabangani abaningi abamvakashele esibhedlela
abalingiswa bahlala ezindlini
Isizinda sendawo
Le ndaba yenzeka emaphandleni
i. Abalingiswa baya emasimini
ii. Lokhu sikubona uma uThoko eyozivalela endlini yotshani eseyoyishisa
iii. uMshengu basebenzisa umkhonto
iv. uNqampu uma engena uthi: “Sikhulekile”
Ekhaya
kwaMshengu
kwaMahlase
kwaNqampu
Uma uThoko ebaleka kuMshengu
Enyuvesi kaThoko
uJabu, uThoko noSifiso bavamise ukukhuluma eNyuvesi
Isizinda somnotho
b. ukhokha imali uma uMshengu eya esibhedlela esiphambili eThekwini
c. uMshengu ukhokha imali, enyuvesi ngoba uThoko noThabi bafunda lapho
a. uSifiso unemali ngoba ufuna ukukhokha ilobolo