Isigcino ngesami Character analysis

uMaNdlela

uThoko

uSifiso

Indodakazi kaMshengu

•Akahloniphi, akalaleli kuMshengu

•Unhliziyoncane, ngoba wayengeke alinde aze aqede isikole ukuze ashade

•Akayithembekile, uphula isivumelwano sakhe noMshengu

•Uyisiphukuphuku, ngoba uzama ukuzibulala

Inkosikazi kaMshengu

•Uyayikhathalela, ngoba usiza uThoko ukuhlula uMshengu

•Unesineke, ubekezelela uMshengu

•Uxolile, akacasuli uThoko uma uxabana noMshengu

uMshengu

uBaba kaThoko, Umyeni kaMaNdlela

•Unolaka ngoba uxosha abakhongi ngomkhonto yakhe

•Uthukuthela ngokushesha, uyamshaya kabili ukumphoqa ukuba abuyele ekhaya

•Uzicabangela yena yedwa

•Ugovuka, ngoba akakhathaleli imizwa kaThoko

Isoka likaThoko

•Unhliziyoncane, ufuna ukushada uThoko ngokushesha

•Akahloniphi, uthumela abakhongi kuMshengu ngesikhathi esingalungile

•Uzocabangela yena yedwa, uma ucela uThoko ukukekela umama wakhe

•Unolaka, uma uMshengu uvimba umshado

uJabu


Umngane kaThoko
•Uyithonya elibi

Abanye abalingiswa:
uThabi - udadewabo kaThoko
uMaDlamini - umama ongamakhelwane
uMahlase - uyise kaSifiso

uNqampu

Umfowabo kaMshengu

Wayenesibindi ngobangoba wazama ukukholisa uMshengu ukuthi avumele uThoko ukuthi ashade noSifiso